IZAZISO

Isolezwe - - IZINDABA -

wonke amalungu esigungu esiphezulu sayo ngomhlangano ozoba kwa- E 574 Mzilikazi Road, KwaMashu eduze neDukemini Primary.

Umhlangano uzoba mhlaka-24 Febhuwari 2018 ngo-10 ekuseni. Ngeminye imininingwane kungaxhunywana noArchbishop SS Ncwane ku- 072 609 8945. MASIBUYELE EBHAYIBHELINI MINISTRY: Kumenywa bonke abangaphumelela enkonzweni yokuhlola iZwi kulezi zihloko ezilandelayo.

1.Ukhuluma kanjani uNkulunkulu nathi namhlanje

2.Lithini iBhayibheli ngensindiso

3.Lithini iBhayibheli ngebandla.

Inkonzo izoba mhlaka-3 Mashi 2018 ngo-8 ekuseni ehholo laseRamalinga, eSiphingo. Ngeminye imininingwane ungathinta uMfundisi SE Ndawonde ku-072 220 3912 noma kwethi 074 665 8606.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.