Nobugebengu

Isolezwe - - IMIBONO -

Yingoba kwakwaziwa ukuthi uma ungumphathi wesiteshi uzosebenza namaphoyisa asaphuma ekolishi,” kusho yena.

EHighflats ufike nyakenye futhi uthi wayazi ukuthi uyobamba, wezwa ngosuku ayezoqala ngalo ukusebenza ukuthi useqokwe ngokuphelele kulo msebenzi.

“Ngiwumuntu oqala ngokuvula ikilasi ngimfundise umuntu ukuthi yini engiyidinga kuye, kuthi uma senganelisekile ukuthi uzwile ngiqale ngifune imiphumela yokufundisa kwami,” kusho yena.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.