Imicimbi ngezithombe

Isolezwe - - IMICIMBI -

KUHLALE kumnandi uma kuhlangene izihlobo, imindeni, abangani nomakhelwane emicimbini eyahlukene, kufinywa ngendololwane.

Umculo, ukudla, iziphuzo nazo zonke izibiliboco zenza umcimbi uthokozelwe yiwo wonke umuntu.

Nakuleli sonto siniphathele imicimbi eyahlukene lapho bekuhlangene khona imindeni nabangani kudliwa kujatshulwe, kukhonjwa ngophakathi.

Sikuthatha sikubeke kule micimbi ngezithombe.

Uma ufisa kuvele owakho umcimbi kuleli khasi, ungathumela mahhala izithombe ezihamba nombhalo ngobekwenzeka kwi-email ethi: isolezwe@inl.co.za nethi nontuthuko.ngubane@ inl.co.za

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.