Yethule injini ka-1 million iVW yakuleli

Isolezwe - - EZEZIMOTO -

KUQOPHEKE umlando kwaVolkswagen Group South Afrika (VWSA) ngoMsombuluko ngesikhathi le nkampani ikhiqiza injini yayo i-EA111 ka-1 million.

Ukukhiqizwa kwale njini kuqale ngo-2010 ngesikhathi kwenziwa izinjini ezintsha zePolo nePolo Vivo zangaleso sikhathi zazikhiqizelwa ikuleli. Kwalandela ukuthi zithunyelwe nangaphandle emazweni afana neChina, India, Taiwan, Mexico neMalaysia.

URichard Reid oyi-Unit Head: Engine Plant, uthe imboni isaqhubeka ngaphandle kwenkinga futhi ikhiqiza ngaphezu kwesikalo abebesilindele.

Isisekelo sempumelelo yale njini wukuthi ithembekile futhi iyonga kuphethroli. Bangaphezulu kuka350 000 abantu kuleli abathenga iPolo nePolo Vivo kusukela ngo2010.

Imboni kuthiwa ikhiqiza

KUBE yinjabulo yodwa kwaVolkswagen kuleli ngesikhathi bekhiqiza injini ka-1 million ngoMsombuluko

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.