Imicimbi ngezithombe

Isolezwe - - IMICIMBI -

KUHLALE kumnandi uma kuhlangene izihlobo, abangani nomakhelwane emicimbini ehlukene. Nakulokhu abantu bebezitika ngezinto ezikhala kahle behlanganiswe yimicimbi.

Awusali umculo, ukudla, iziphuzo nezibiliboco okwenza umcimbi uhlabahlose. Nakuleli sonto siniphathele imicimbi ehlukene lapho bekuhlangene imindeni nabangani kubuswa. Sikuthatha sikubeke kule micimbi ngezithombe. Uma ufisa kuvele owakho umcimbi kuleli khasi ungathumela izithombe zihamba nombhalo ngobekwenzeka kwi-email ethi: isolezwe@inl.co.za

U-ADVOCATE Fatima Khawula (45) ubegubha usuku lokuzalwa nabangani bakhe beqembu likaFacebook elizibiza ngeSiqinisa Uthando Nabantu Bethu. Umcimbi ubuseLovu endaweni yabadla izambane likapondo

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.