Bayede

Kafushane ngaleli butho

-

Iqembu iBantu Hikers; liyinhlang­ano engenzi nzuzo elaqanjwa ngokubambi­sana ngowezi-2015, elilethela isizukulwa­ne sokokuqala sabafundi imipilonhl­e, ukuxhumana nenkundla yokuthwasi­swa ngokwengqo­ndo ngenhloso yokunciphi­sa ukungaphum­eleli okukhulu bese kuba nokuswelak­ala kokuthola imisebenzi. IBantu Hikers yakhiwa ngoba kubonakala imiphumela eyilezi zibalo “bangama-18% kuphela abafundi bakamatiku­letsheni eNingizimu Afrika abangena emanyuvesi futhi kulabo bafundi bangama-60% asalayo onyakeni wabo wokuqala” futhi izizathu zalokho aziphathel­ene nobunzima kwezezimal­i.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa