Bayede

Isishoshov­u sisawubamb­ile umzabalazo wokuduba ukudla

-

Umholi weqembu eliphikisa­yo eRussia oboshiwe, uMnu u-Alexey Navalny uyaqhubeka nesiteleka sokuduba ukudla ejele nakuba izinga lokushisa komzimba wakhe liphakeme futhi enokukhweh­lela okungekuhl­e.

UNavalny uqale lesi siteleka ngesonto eledlule ekhononda ngezikhulu zejele ezenqaba ukuthi athole usizo lwezempilo olufanele. Ubehlushwa ubuhlungu beqolo obuphazami­se ukuhamba futhi nesimo sakhe besenziwa sibi kakhulu ukungalali kahle.

 ?? Isithombe: nguValeriy Melnikov ??
Isithombe: nguValeriy Melnikov

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa