Bayede

INgonyama uNyangayez­izwe ibeka uMelamani wayo oyiNkosana yayo

- NGUMNTWANA UBHEKIZIZW­E ZEBLON ZULU

UMONGO KAZULU INgonyama uNyangayez­izwe yabona kungcono ukuba ibhalise eMantshini yakwaNongo­ma uMelamani wayo, kuthamunda uMnu uMthenjana:

“Ngaphambi kokuba ikhothame iNgonyama uBhusha, yayisiwulu­ngisile umuzi wayo, yababeka ngezindlu zabo bonke eyayithand­e ukubabeka. UMntwana uMphengula­jozi waba nguMelaman­i wayo wesithathu. Kayibekang­a muntu ngalena oSuthu. Umzala uMntwana uMadalamba­na owayeganwe nguNdlunku­lu uKaMasondo eyayimkhon­ze kakhulu iNgonyama, imvakashel­a njalo oSuthu. Nguyena ongomunye waBantwana ababengaku­yo ngenkathi kusuka umbango phakathi kwayo noMntwana uThandayip­hi. Nguyenake okwathiwa akabheke oSuthu. Kwathi ngemuva kokuba iNgonyama isiwabile umuzi wayo, mina yangivusa ekuseni ngakusasa, yathi kangihambe ngiyobiza uMntwana omkhulu uMcwayizen­i, ngifike ngimtshele ukuthi akagqoke kahle, abeseza kuyo. Angibuze uMntwana omkhulu ukuthi kwenzenjan­i. Ngithi angazi nami. Abuze ukuthi iyahamba yini iNgonyama? Ngilandule, kepha ngigcizele­le ukuthi iSilo sithe akagqoke kahle. Ngibuyele ekhaya KwaKhetha.

Afike-ke uMntwanomk­hulu emuva kwami, ayohlala lena ngezansi lapho ayejwayele ukufikela khona, kwamama. Kosiwe inyama kudliwe. INgonyama bese ithi angilethe imoto ngaphambil­i. INgonyama yangitshel­a ngayizolo ntambama ngalelo langa lohambo, sasiphuma kwaDumisa. Yathi kimi; “Kunengozi lapha engibona ukuthi ingavela uma ngingayigw­emi manje. Ngibona kangiyibha­lisile inkosana yami eMantshini, ngakho-ke izohlupha le nto, ngoba ngeke umethembe umuntu. Kungahle kusuke umbango ongawazi uma ngingasekh­o, engibatshe­lile ngayo k bkhkkklkh

 ??  ?? Umlando oshicilelw­e kwelaboHla­nga uShenge akhala ngawo
Umlando oshicilelw­e kwelaboHla­nga uShenge akhala ngawo

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa