Njengenhlalayenza iRandi livuleke ngamandla laya ngokuba buthaka
UMsombuluko
IRandi livuleke lintekenteke kakhulu njengoba limi kwamaRandi ali-R17.72/US$, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu olwedlule lama17.57. IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngama-R20.19/UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, i-Great Britain Pound (GBP), uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu olwedlule lika20.15. IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngama-R17.67/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu olwedlule lika17.57.
ULwesibili
Emuva kwezinsuku zebhizinisi ezinhlanu zilandelana zokuvulwa kuntekenteke uma kuqhathaniswa nedola laseMelika, siyakhuthazwa ukuthi iRandi livuleke linamandla njengoba limi kwamaRandi ali-R17.68/US$ uma liqhathaniswa nedola laseMelika, uma liqhathaniswa nezinga layizolo lokuvula elithusayo lama-17.72.
IRandi livuleke lingelihle ngamaRandi angama-R20.21/ UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, i-Great Britain Pound (GBP), uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvula layizolo lama-20.19.
IRandi livuleke lintekenteke kakhulu njengoba limi kwamaRandi ali-R17.73/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa layizolo lama-17.67.
ULwesithathu
IRandi livuleke kabi njengoba liqhathaniswa nedola laseMelika ngamaRandi ali-R17.70/US$, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa izolo ali-17.68.
IRandi livuleke ngamandla ngamaRandi angama-R20.14/ UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, i-Great Britain Pound (GBP), uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvula izolo lama-20.21.
IRandi livuleke ngamandla ngamaRandi ali-R17.64/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa izolo lama-17.73.
ULwesine
IRandi livuleke lintekenteke kakhulu njengoba limi kwama-R17.77/US$ uma liqhathaniswa nedola laseMelika, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwayizolo elingama-17.70.
IRandi livuleke ngamandla njengoba livule limi kwama-R19.97/UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, i-Great Britain Pound (GBP), uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvula layizolo lama-20.14.
IRandi livuleke ngamandla ngama-R17.45/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa layizolo elingama-17.64.