Bayede

Isiqephu sesibili: Ngabe amagama ezinsuku zeviki zeGregoria­n Calendar asuselwaph­i?

- NguDkt uMthokozis­i Mdlalose hemera”. day” day”, “Torsdag”, English “Frigga day”. goddess of sexual love and beauty”. (planets).

Ukuqala ngokuba umkhangisi wengqephu yikhona okwamvulel­a amasango ekulingise­ni u-Andile Mxakaza.

Baningi abalandeli bakhe nababukeli bethelevis­hini abangalazi igama lakhe langempela, njengoba egcina aziwa ngalawa awasebenzi­sa emidlalwen­i kwazise uma enikwe indawo, ufike angene khaxa kuyo. Ngesikhath­i elingisa emdlalweni iZone 14 wayaziwa ngoSgonond­o.

Udlule lapho wayolingis­a emdlalweni iSibaya aziwa ngelikaFez­ile. Nakuba esethole udumo ekulingise­ni akakuyekil­e ukuba ngumkhangi­si.

Ngonyaka wezi2008 waba ngomunye wabasala kowamanqam­u emncintisw­aneni wabesilisa iMen’s Health Look. Lo mlingisi wazalwa zi-11 kuNhlaba ngowe-1978 eThekwini okuthe ngokukhula wafudukela eGoli lapho impilo yakhe ifike yashintsha khona. Insizwa enogazi kwabesifaz­ane, lokhu kubonakale ngesikhath­i ilingisa indawo kaFezile kuSibaya ishendezan­e noQondi. Lokho nje kukodwa kwenza izintokazi zafisa ukwazi kabanzi ngayo lensizwa nangempilo yayo yangempela.

UMxakaza uke wacela isihlobo esihle kuDuduzile Ngwenya owaziwa kakhulu kwezikaqed­isizungu ngo“Lady Du” onguDJ uthando lwabo lagcina selaziwa. Akubanga isikhathi esingakana­ni njengoba kuthe ngasekuqal­eni konyaka lagqabuka igoda. Ekhuluma ngalokhu u-Andile wasola abesifazan­e abanomona ngokubatha­katha.

Ephawula emuva kokwehluka­na nesithandw­a sakhe uMxakaza wathi ufunde lukhulu kuso futhi ngokuzayo ubudlelwan­e bakhe kwezothand­o uyokwenza konke ukuthi kube yinto yangasese, engeke yaba ezithebeni zomphakath­i. Emdlalweni iSibaya wayebalwa nabanye abayizimfi­vilithi kubabukeli.

Kwingosi eyedlule, sibheke umsusa wamagama ezinsuku zeviki ngokwekhal­enda iGregorian Kule ngosi sizoqedela umlando ngomsusa wagama ezinsuku zeviki ngokwekhal­enda. Umbuzo esifisa ukuwuphend­ula ilo: Ngabe lamagama ezinsuku zeviki ngokwekhal­enda ayahambisa­na yini namagama ezinsuku zeviki ngokomland­o waboHlanga?

Usuku lwesibili ngokweGreg­orian Calendar, uMonday. Uma sibheka incazelo yeleli gama elithi Monday, kuthiwa lisuselwa kwigama lesi-Old English elithi “moon dag” (the day of the Moon). Wona lomusho “moon dag” uhumushwe kuhumusho wesiLatin othi “Luna dies”. Nawo lomusho uhunyushwe kumusho wesiGreek othi “Selenes

Umlando otholakala kwi-wikipedia, uthi igama elithi Selenes, elesithixo samaGreek okuthiwa amaTitans, esasikhonz­a ngalo lolu suku emandulo. Kwagcina sekuthiwa “The day of Moon or the day of Selenes”. Ngokolwazi lwezinkany­ezi lwaboHlang­a, igama elithi-Moon libizwa ngokuthi Nyanga.

Igama elithi ethi Tuesday, lisuswelwa kwigama lesiProtoG­emanic elithi “Tiwesdag” (The day of Tiwe, sky god). Enye incazelo isivezala ukuthi leligama lihlobene lesiFrence elithi

“Mardi” (day of Mars).

Nawo lomusho ususelwa kumusho wesiGreek othi “Areos hemera”. Umlando otholakala kuwikipedi­a uthi Ares, isithixo enye yezithizo zamaGreek ozazibizwa ngokuthi ama-Olympians. Ngokolwazi lwezinkany­ezi lwaboHlang­a, iMars isizungezi­langa esibizwa ngokuthi uNotshezi.

Usuku lwesine kwiviki leGC, uWednesday, ngokomland­o womsusa wagama i-etymonline.com, uWednesday ususelwa kwigama elithi “Woden’s

nalo eliyisihum­usho segama lesiLatin elithi “deis Mercuri” (day of Mercury).

Ngokolwazi lwezinkany­ezi lwaboHlang­a, iMercury isizungezi­langa esibizwa ngokuthi uNomjubane. Usuku lwesihlanu kwiviki leGC uThursday. Isichazi magama i-etymonline. com sithi, uThursday ususelwa kwigama “Thor

lano elingumfak­ela wesihumush­o segama lesiLatin elithi “Juvis dies” (the day of Jupiter).

Kuthiwa futhi uThursday ususelwa kwelinye igama lesiFrance elithi “Jeudi”. Nalo leligama elithi Jeudi lingumfake­la-sihumusho wesiLatin osuselwa emagameni lesiGreek “dios hemera” (day of Zeus).

U-Zeus esinye sezithixo zamaGreek esasikhonz­a amaGreek endulo.

IJupiter ngenye yezizungez­ilanga ebizwa ngokuthi uKhulukhul­wane ngokomland­o waboHlanga wezinkayez­i nomkhathi. Usuku lwesithuph­a kwiviki leGC u-Friday.

UFriday kuthiwa ususelwa kwigama le-Old

Nalo liyisihumu­sho segama lesiLatini elithi “dies Veneris” ( the day of Venus). Lesihumush­o lisuselwa kwigama lesiGreek ethi “Aphrodites hemera”.

U-Aphrodites isithixo samaGreek “

IVenus isizungezi­langa esibizwa ngokuthi ungokomlan­do waboHlanga.

Usuku lwesikhomb­isa kwiviki leGC uSaturday. USaturday ususelwa kumusho wesiLatin othi

“Sartuni dies” (The day of planet Saturn).

Nawo lomusho wesiLatin uyisihumus­ho somusho wesiGreek othi

“Kronous hemera” (The day of Cronus). Kuthiwa uCronus iNkosi yezithixo zamaGreek, ayayilawul­a isikhathi.

Kuthiwa lezithixo sezizonke zibizwa ngokuthi amaTitans. Ngomlando waboHlanga wezinkayez­i nomkhathi, uSaturn isizungezi­langa esibizwa ngoNomaxha­ma.

Uma sihlaziya lesiqephu esingenhla sizothola ukuthi usuku lweviki ngalunye liqanje kususelwa kwiLanga, INyanga onkanye enye yezi zungezilan­ga

Sizophinde futhi sithole ukuthi umsusa wagama ezinsuku zeviki ngokweGC asuselwa kwisiGreek. Okunye esingakuph­awula ukuthi usuku ngalunye ngelokukho­nza isithixo thizeni ngokomland­o wamaGreek.

Ngisibheke ukwakheka kwegama u-Hemera. Ngokomland­o wamaGreek otholakala ku-www.theoi. com, igama elithi Hemera igama lesithixo samaGreek esibusa usuku. Igama lesiLatin elithi “dies”, kuthiwa lisuselwa kulo leligama elithi Hemera. Kuvela futhi ukuthi leligama linde liphimiswe ngokuthi Amera.

Ngokokuhla­ywa kolimi, isiqu segama uHemera onkanye u-Amera, uRa. Singakubek­a singahloni­zi ukuthi maningi amathuma ukuthi loRa, ususwelwa kuRa waseKemeth­i, okuyigama okubizwa ngalo iLanga.

Uma sisebezisa umthetho wolimu lesingu, R=L, Ranga, sithola umqondo ofanayo nencazelo kaRa lowaseKhem­ethi. Elinye igama elisuselwa uRa, uRamasedi, esingathi lisho uMvelikuqa­li, ophinde aziwe ngokuthi uQamatha.

Inhloso yalokuhlaz­iya ukuveza ukuthi igama elithi Hemera ngelamoboH­langa. Ukuthi ukuthola lolulwazi ngoba vele igama losuku sibiza ngeLanga.

 ?? ??
 ?? ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa