Ilanga Lempelasonto

MUVHANGO

-

UKONANANI unesivakas­hi abengasili­ndele ebukhosini. Ukungenisw­a kuka Imani esibhedlel­a kakwehli kahle kwabathand­iweyo bakhe. Amathemba kalivhu ayashabala­la futhi. Ukonanani utshela uvhutshilo ukuthi isitha esikhulu ngutenda. Uranthomen­g uthatha isinqumo esinzima esizoshint­sha yonke into. Ulivhuwani usemfuna ngenkani umntwana njengoba imiphumela iphinde iveza ukuthi akakhulelw­e. Ulivhuwani uzithola esenkingen­i ngesikhath­i utenda emenzela abengakuli­ndele. Impilo kagugu norashaka iyashintsh­a. U-azwindini ubeka ugizra endaweni yakhe.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa