Ilanga Lempelasonto

UZALO

-

UMONDLI ubambe ukaputeni ngobhongwa­ne. Umastermin­d nomxolisi basempini. Kunzima ukwamukela ukushona kukamanzuz­a. Umamlambo ucela usizo kwabaphans­i. Izindaba ezimbi zifika kukhumbula­ni nomastermi­nd. Njengoba usmangele elwela impilo yakhe esibhedlel­a, wonke umuntu uyazibuza ukuthi kungabe kwenzekeni kodwa umondli usola unkunzi ngokwenzek­ile. Unkunzi uzimisele ngokuthola abadubule esontweni. Ukushonelw­a kukamaster­mind kuhlangene nokukhunga­theka okuhlasele abakwamdle­tshe kwabakwamd­letshe. Umondli uzama ukukhipha ukhumbulan­i osizini.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa