Ilanga Lempelasonto

ISIDINGO

-

UNIKIWE uyethuka uma etshelwa ukuthi uzame kanjani ukuthi aziphose. Usecha uma ebona ukuthi ulerato uphila kamnandi kanjani e-atlanta ukhetha ukuphuma ayosebenza. U-enhle ufuna babheje no-anja kodwa lokhu kudinga u-anja aqabule ubenjamin. Ngokudinwa unikiwe uxosha uben emzini wakhe. Usechaba uhlele ukwamukela ulerato ngendlela eyahlukile uma ebuya e-atlanta. Ubenjamin uzama ngayo yonke indlela ukutshengi­sa unikiwe ukuthi akazange amdakise. Usechaba uyaphoxeka uma izinto zingahambi ngokwezifi­so zakhe.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa