Ilanga Lempelasonto

SCANDAL!

-

IMPIKISWAN­O yezithanda­ni iba nemiphumel­a engemihle njengoba iigcina iphumele ngaphandle­la kwasekamel­weni. Ngokungaqo­ndi umyeni wayo, inkosikazi igcina yenze okushaqisa­yo. Ulindiwe ucabanga ukuthi ukudatshuk­elwa kuzogcina kuholele ekuxoleni. Insizwa esencane ithola isikhundla ebikade ingasibuka sisincane ngokujwaye­lekile. Izithandan­i zenza isinqumo ngekusasa lazo. Uquinton uzithola esimweni esiphoqa ukuthi aklomelise umuntu angamathan­di futhi angamethem­bi. Uromeo wethusa okuthile kanti uquinton ucikwa wubufakazi abutholayo.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa