BEBEZITSHELA UKUTHI UNGUMUMELIKANA

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

Eningizimu Africa uqale ukugqama ecula engomeni kadj Qness wasesoul Candy nayibhale yena ethi “You”. Enye ingoma yakhe ebigqamile eziteshini ezisakaza kwiinternet eyir&b ithi “This Promise” negcine imfaka kwimixtape ebididiyele abaculi base-united States of America kuphela ethi “Queen” ngo-2014. Ungene ngefasitela kulemixtape ngoba bebezwa sengathi ungumumelikana kanti lutho, yintombi yaseswazini kodwa kabangabe besayikhipha. Ngawo lowo nyaka unqobe emncintiswaneni obizwa ngesibebe Friday Night Live Series waminyaka yonke eswazini. Lokhu okungenhla yizona zinto aziqhenya ngazo ekufufuseni kwakhe njengoba manje esezinhlelweni zokukhipha i-albhamu ungakapheli untulikazi (July) nonyaka. Le albhamu iqanjwe ngegama lakhe usitandzile.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.