GENERATIONS: THE LEGACY

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

KUNGABE abakwadiale bazokwazi ukuhlenga owesifazane emlilweni kusenesikhathi? Uzondiwe wethuswa wukuthi utshidi uhlela ukubulala othile.

Icebo lokuzama ukuninda ujack liyafeyila. Ulucy ukholwa wukuthi ukususa uskhalo amadlebe kuzomfundisa isifundo. Ithimba liyenqaba ukuthi ufana afake icebo labo engcupheni. Ugog’ Flo wephuka inhliziyo njengoba kumele avalelise kugetty.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.