SCANDAL!

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

INDODAKAZI ivikela isinqumo sikayise yize sekukhona ungabazane.

Owesifazane ukhathazekile ngokugxumela ebudlelwaneni obusha.

Isenzo esitshengisa ubuhle siyasha-lazelwa, kodwa kuba nemiphumela emihle. Impilo kabella yasekhaya ibhekene nezinkinga.

Kuqala ubungani obebungalindelekile emsebenzini. Inyoka itshengisa ubunjalo bayo. Othile wenza isinqumo ngathandana naye esizoshintsha ubudlelwano babo ingunaphakade. Umyeni uyawahlaba uyawahlikiza amahlebezi. Kunothile ongaziwa ofikile, kukhona okungale kobuhle bakhe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.