ISIDINGO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

USECHABA ufuna izimpendulo. Kubuya okwakudala nokusho ubungozi bodwa kulincoln noNina. Ulincoln ugxeka unina ngokuqhunyiswa kwesiteshi samaphoyisa kodwa unina naye usola ulincoln. Uwendy uzizwa ekhululeka mayethola ukuthi uhendrik uzimisele ngokuthula ngodaba lukajacques nothabang lokuhlala noCharlie emkhukhwini ogcwele ngokweqile ongenamanzi nezinye izinsiza. Emuva kokuvakashelwa ngubenjamin, usechaba ukhetha ukuvakashela ulincoln, umshiya ehluleka ngisho nawukumphendula.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.