UZALO

Mon-fri, SABC1 @ 20:30

Ilanga langeSonto - - Front Page -

UMAGWALA ukhathazekile ukuthi kabazuba nokudla ebusuku kodwa umthethwa uthembisa ukwenza icebo. Ubab’ umthethwa uyajikiswa ngesikhathi ethi uyodla esontweni. Ukhwezi unovalo lokuya esikoleni. Umagwala ukhathazwa wukungasitholi isikole kukakhwezi. Umzimba kazekhethelo uxabana nezidakamizwa azinikezwe ngumxolisi. Umangcobo uphambanisa ubab’ umthethwa nephara. Ubab’ umthethwa uyobheka umsebenzi eshisanyama, unosipho uyamzwela. Umagwala uyakhululeka ngesikhathi ubab’ umthethwa efika nokudla.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.