NGINENKINGA YOKUNGADLULWA SIKETI

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

Ngicabanga ukuthi unezizathu ezenza ungathandi ukuyobheka izimali zikayise wezingane kepha uma kuwukuthi ubesebenza enezimali, ngikucebisa ukuba uye uyozilandela izingane zakho noma ngabe wena kawuyidingi.

Kungenzeka ukuthi umama wakho uxakwa wukuthi uhlala naye, uyalubona usizi obhekene nalo hhayi ngoba ekuthuka kumbe ekuzonda, ake uyobuza nakwabezenhlalakahle endaweni. PASTOR: Ngiyindoda eneminyaka engu-35 ubudala, nginomama wezingane esithandanayo naye. Inkinga yami wukuthi akuvumi ngiyeke ukweshela futhi bayangithanda nabantu besifazane bo! Kunjalo nami ngiyazifela ngabo kodwa iyangiphazamisa le nto ezinhlelweni eziya phambili. Kumele ngenzenjani?

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.