MUVHANGO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

USKHUMBUZO udubula uterror. Uteboho uchukuluza ushumi. U-imani ufuna uranthomeng aphume endlini. Uskhumbuzo uzama uxolo phakathi kwakhe noterror. Uteboho uzama ngayo yonke indlela ukuvimba ukuthi ushumi afinyelele kumulalo. U-imani unenkinga yokwethemba uranthomeng.

Uskhumbuzo unesivakashi abengasilindele. Uteboho uzama ukubulala ushumi. Uskhumbuzo ugqugquzela uterror ukuba athole usizo. Abadala benza isinqumo sokuba baxoshe uteboho ethathe. U-imani uthola iqiniso ngemizwa karanthomeng.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.