SKEEM SAAM

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

IZIFISO zikarachel ngekusasa lakhe zivinjwa ngumarothi. Kukhona okungahambi kahle ngesimo sempilo sikamarothi. Ukat unika ulehasa umnqamulajuqu. Owabe eyisiboshwa ufika kwaseakamela, ubashiya bethukile. Urachel Kunutu uyanyamalala futhi. Umapitsi uvakashelwa ngumngani abengamlindele ufuna ukumsiza ekudicileleni phansi ulehasa. Uclement unika umndeni wakhe umnqamulajuqu okudala umsindo. Ugranny usiza urachel. Uleshole usemgqeni okuyiwo. Ngokunganaki udennis ungena phakathi kukaclement nomndeni wakhe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.