IMFUNDO YAMAHHALA ILIBULELE LELI

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

MHLELI: Udaba lokuzika kwamandla omnotho wakuleli ngicabanga ukuthi kungezinye zezinto ezidala ukuba ibe nzima impilo yethu thina esiyizakhamizi zakuleli.

Phela amanani ezimpahla asekhuza phezulu ngendlela eyethusayo. Lapha ngibala intengo kawoyela neyokudla.

Kodwa uma uzoqaphela kahle selokhu kwadedelwa imfundo yama- hhala kuleli kasiphindanga sakhululeka siyiningizimu Afrika.

Malungisa Sibiya, Kwanongoma

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.