UZALO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UNOSIPHO kumele abe yisangoma.

UGC unesicelo esingajwayelekile. Umcabango wokuba nobizo kuyamhlukumeza unosipho. UGC usebenzisa izimali zekwamashu Celebration ukukhokhela irenti. Unkunzi uyifuna la ingane njengoba eseqala ukubuza umamlambo ukuthi kungabe uzokwazi yini ukumzalela indlalifa. Umangcobo ukhathazekile ukuthi unosipho ufuna ukusizwa ngumamlambo kanti UGC ukhathazekile ngokuthi uzokwazi yini ukumelana nerenti yakwamaphumulo. Umxolisi noqhabanga bathola uharbhajan, bayaqaphela ukuthi akasiye umuntu othatha amashansi.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.