ISIBAYA

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

EKUGCINENI usbu usebeke uchonco la emfuna khona. Ubeauty ucabanga ukuthi ulillian uyashona kodwa uyashaqeka ngamtshela kona. Ukaone uvakashelwa ngumuntu amazi kudala. Umehlemamba nozemba bathola okuthile ngodabula. Ubeauty ushaqwe yizindaba zikanina. Ujabu uvuma ukuthi umngani kakaone ahlale. Ukaone nomimi bavakashela u-iris. Kunokungezwani phakathi kukasaddam nolillian. Umpiyakhe uhlangana nodabula okokuqala ngqa, kakuhambi kahle. Umimi ujabule ngokuya eclub Sheba. Ukaone nomimi bangama-slay queen eclub Sheba nokuyilapho ujabu ezithola ethanda othile wesifazane.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.