ZOWAKHA MBATHA

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

kwagcina ngokuba upenny angene ngezimpelasonto, uthomas noleko bagcina bephume ngesango.

Isifundo lapha wukuthi abaphathi kumele bacabange kahle uma bebophela isikimu ngoba isinqumo sabo singawuqumba phansi umsakazo.

Kuhle nje ngoba laba basakazi bakwazile ukuqhubeka nobizo lwabo emisakazweni ehlukene njengoba uthomas egcine ephindela emetro.

*Singayithokozela kakhulu neyakho imibono ngakho konke okuthinta ezemisakazo kule mininingwane. Instagram: @zowakha Facebook: Zowakha Mbatha Twitter: @Zowakha [email protected]

ISITHOMBE: TWITTER

UTHOMAS Msengana ugcine ebuyelile emetro emva kokungaphumeleli kwesikimu ayeboshelwe naso phambilini kulo msakazo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.