MUVHANGO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

WONKE umuntu ushaqekile uma ebona ususan oseshintshile. Ugugu uyamuzwa umme Mashigo kodwa kakuphethi kahle. Umulalo uthola isexwayiso kwabangasekho nokumenza aziphathe ngendlela edidayo. UMOliehi uhlangana okokuqala ngqa nolucky. Umulalo uzo-kwenza obekungalindelwe muntu. Ugugu akeneme ngesikhathi ubrother Max emnika okuthile akuthathe kunina. Uthobile udinwe uyaqhuma mayezwa ngolucky nomoliehi. Usundani uzibeka njengomholi ethathe. Ugugu ukhala mi uma efunda izincwadi zikamme Mashigo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.