ISIDINGO

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

OWESIFAZANE osemncane ufika kusechaba elethe izindaba ezimbi. Umajola uyafunga ukuthi uzojezisa unina ngokufa kukaphathina wakhe. Uwendy uqhubeka nokubhekana nemizwa kahendrik. Uphindile uzimisele ngokuqhubeka nempi yakhe nontando njengoba engafuni ukumnxephezela ngor2 million. Isimo siyashuba njengoba u-obakeng nocebisa belwela ukuthi ngubani okumele aphathe ifa lakwazamdela. Ugatanga ushaya phansi ngonyawo. Uphindile unesicelo ezisebenzini zasemayini esingazifaka engozini. Impilo ka-obakeng isengozini.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.