SCANDAL!

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

OWAYEYISIGELEKEQE ufaka isicelo kowayezwana naye - kungabe uzosamukela? Uphindi wenza isinqumo esikhathaza ujavas nesigcina sinemiphumela ebingalindelekile. Ezinye izithandani ‘ziyehlukana’. Iphoyisa kalibi nokuthembeka kubaphathi, liputshuza imininingwane kuzakwabo. Ugloria uthola ukuthi izikhathi zakhe zokudla sezishintshile, akeneme. Akade bethandana bazama ukuqhubekela phambili nempilo. Uneo uxwayisa ngengozi kodwa ngabe uxwayise kusenesikhathi? Utshepo ushintsha esikhaleni, uchumani akeneme. Uneo noquinton bazithola besenkingeni namaphoyisa.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.