SKEEM SAAM

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

KUKHONA okungahambi kahle njengoba bekuhlelwe ukuthi kurojwe isitolo sakwamaputla. Urachel uphatheka kabi njengoba imizamo yakhe yokusondelana nomuntu amkhonzile ingaphumeleli. UBOtshelo ukhathazekile ngokuphela kobudlelwano bukamapitsi ukuthi kungaba nezithelo ezingezinhle. Umapitsi utshela usphola ezikabhoqo. Umarothi usabisa othandiweyo. Umalebana nobabeile bayethuka uma bezwa abakutshelwa ngutbose okungahle ku-xhumanise unoah negenge kasike. U-alfred uyadinwa uma ezwa urachel nonimza bexoxa ngokwenziwe ngunimza.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.