ABACULI: ST ANNES UMZINTO CATHOLIC CHURCH CHOIR ISIHLOKO: JESU NGIYINIKA WENA UHLOBO LOMCULO: GOSPEL UNYAKA: 2018 AMAPHUZU: 5/10

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

IKWAYA yebandla ist Annes emzinto ishaya into ephelele, amaphimbo aqeqeshekile. Uzizwa ungaphakathi endlini yesonto yebandla lamakhatholika angcwele uvuseleleke emoyeni. Ziyi-13 sezizonke izingoma kule albhamu ziqopheke kahle. Ngokuzayo abazalwane kuzomele bathole ozobenzela ikhava esezingeni elilingana nomculo abawuculayo ophakeme.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.