Ilanga Lempelasonto

UZALO

-

UMAMLAMBO ukhathazek­ile ngokuthi unkunzi uyamphunyu­ka. Uharbhajan unika umxolisi inhlamvu yokubulala unkunzi. Isimo sempilo kapastor Mdletshe siqhubeka nokuba sibi. Umamlambo ukhulekela unkunzi. Upastor Mdletshe onovalo uphuma esejari kadokotela. Umrs Madlala uthengela usbu iwashi legolide. Ugabisile uphoqa umxolisi ukuba acele umshado ngoba yiyona ndlela yokuhlenga umndeni ekuhlambal­azekeni. Umangcobo ubhoboka ngemfihlo enzima, umxolisi wenza isinqumo esizoshint­sha impilo yakhe.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa