ISIDINGO

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

USECHABA nophindile baxoxa ngemizwa yabo, ngabe bazoyilandela? Umajola ubhekene necala lokudlwengula. Usibiya uzama ukuwina isikhundla sokuba ngumphathi weshifu. Ulincoln ufuna untando athole ukungcola ngophindile ukuze bamsuse eduze kwabo. Isifiso sikamajola sokuzama ukuthola unina sesiqala ukuphuma esandleni. Imali ingase yehlukanise umndeni wakwalategan phakathi. Uphindile uthola ucingo oluvela EKZN oluhamba nesexwayiso.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.