ISIBAYA

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

OTHILE owazana nosbongile kudala uqhamuka ezocela usizo. Ekugcineni umabuyi utshela uduma iqiniso. Ngesikhathi usbu enqaba ukulalela, usamson uphindela egoli. Uthandeka ukhuluma nosbu mayelana nendlela aziphatha ngayo kuyise. Umimi uhleli kamnandi ekhaya lakhe elisha. Usibongile ukhumbula imuva lakhe elingelihle. Usamson ucubungula isinqumo asithathile ngekusasa elimfiliba. Ublade noduma bayavumelana ngecebo labo, bacela nosizo lukadabula. Usamson usezimisele ngokwenza okulungile yize engakawutsheli lutho umndeni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.