Ilanga Lempelasonto

RHYTHM CITY

-

ICEBO likasuffo lobugebeng­u libhekana nezingqina­mba. Urene uzithola engaphansi kwengcinde­zi njengoba egxekwa ngomzimba wakhe. Usabelo uzimisele ngokuphucu­la impilo yakhe. Urene uyalwa ezinkundle­ni zokuxhuman­a kodwa kakuhambi kahle. Usabelo uzama ukungena kwezebhizi­nisi nojafta. Udavid uzama ukuthola ukuthi ngubani ontshontsh­e imali yakhe. I-video karene kayitholi ukunakwa njengokwez­ifiso zakhe. Urene ukhathazek­ile ngendlela abangani bakhe abaphathe ngayo isimo. Udavid unecebo lokuhlenga ubusi. Ufats nosabelo bafuna igolide.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa