SCANDAL!

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

IMIBUZO mayelana nesigameko sokudubulana iholela kweminye imibuzo eminingi. Usamsom wamukela inselelo enzima. Uromeo ufunda okwehlukile ngodr Jameson. Ngabe ngubani ozokhonjwa njengonecala? Ugloria ufikelwa wukwethuka okumangalisayo uma ethola uphawu oluthile oluvela kunkulunkulu. Ikusasa lalo baba lilengela eweni - indodana yakhe sekuyilona themba lakhe. Usamsom wenza into engalindelekile. Uromeo udidwa wukushintsha kokuziphatha kukadr James. Uquinton uzama ukuvikela inkampani yakhe. Usamson wenza konke okusemandleni ukuba imindeni emibili engezwani ihlangane.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.