GENERATIONS: THE LEGACY

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

ULESEDI uhlasela ubongi ekilasini. Usmanga ukhuluma nomfowabo ngezinkinga zaseZweni. Ugrace ukhokhela unesi ukuba aqambe amanga ngemiphumela. Intokozo kazitha iba ngeyesikhashana ngesikhathi ebona okuthile ezindabeni. Ujames umile ekutheni uma engasibambi isigebengu esikhulu, uzokhalela kuCosmo. Isazelo siyamudla ujack. Uwandile uthola okwethusayo. Umazwi nosphe bayaqabulana. Injabulo kalucy yokuhlangana nomngani wakudala iba ngeyesikhashana. Utshidi uyabona ukuthi usmanga akakhulumi iqiniso.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.