SKEEM SAAM

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

U-RACHEL ulawula umndeni wakhe ngenhloso yokubuyisa umarothi. Usphola ufikelwa wumcabango wokuthi kuphelile ngentokazi yakhe yamaphupho. Ucelia keneme njengoba ucharlie eqhamuka nezindaba ezizodicilela phansi imizamo yakhe. Usphola uphuka inhliziyo uma ebona umuntu obesondelene naye eqhubeka nempilo. Izenzo zikacelia no-alfred zingahle ziphazamise izingxoxo. Umeikie nomr Kgomo bathola okwethusayo ngokufa kothile. Umalebana wesabisa umary. Urachel uthola umnyombo wezinkinga zikamarothi.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.