I-SABC MAYIBE NESITESHI SEBHOLA

Ilanga langeSonto - - Imibono -

MHLELI, ngicela izikhulu ZESABC ukuba zisungule isiteshi esizosakaza ibhola kuphela.

Kanti yona ISABC ithuthuka nini ngoba nayi idstv inayo ISS4 nezinye ezisakaza ibhola kuphela?

Kungani kube nzima KUSABC ukuba isenzele nathi esethu isiteshi ngoba asithandi izitori sonke.

Mina nabanye sizithandela ibhola nje kuphela.

Thanda Chonco EMPANGENI

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.