I-ROAST CHICKEN AND VEGETABLES

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

* Izingcezu eziwu-8 zenyama yenkukhu * I-salt and pepper

* Amaqhuzu amabili ka-garlic agreyithiwe * I-fresh rosemary engagcwala isandla * U-15ml we-canola oil

* Isipuni sama-dried mixed herbs

* Izipuni ezimbili ze-lemon juice * Ama-baby potato awu-15

* I-butternut eyodwa enkulu eqotshiwe * Uhhafu wethisipuni ye-cinnamon * Uhhafu wethisipuni ye-nutmeg * Ithisipuni ka-brown sugar lemon juice ezingcezwini zenkukhu namazambane, ukuhlikihle. Eceleni, hlanganisa ingxenye yamafutha, i-cinnamon ne-nutmeg ukuhlikihle kwibutternut bese uvuvuzela ngoshukela onsundu (brown sugar)

Faka inyama, amazambane ne-butternut esitsheni sokurosta.

Ukushisa makube ku-230 degrees celsius emizuzwini yokuqala engu-25, ngokuhamba kwesikhathi wehlise ukushisa kube ku-175 degrees celsius kube yihora noma kuze kuthambe yonke into.

Ulinda ‘Chefbinight’ Macebo uyatholakala ezinkundleni zokuxhumana: INSTAGRAM: @chefbinight FACEBOOK: Chefbinight

ISITHOMBE NGU: LINDA MACEBO

INKUKHU ehambisana namaveji yisidlo ongasithokozela ngesikhathi sikakhisimusi.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.