Ilanga Lempelasonto

UYASHUBA UMBANGO WESICOCO SE-EPL

-

IZOKWENZA umehluko omkhulu kwi- log imidlalo yanamuhla ngesonto ye-english Premiershi­p njengoba ihlanganis­a amakilabhu asembangwe­ni wokudla ubhedu kulesi sigaba.

Amakilabhu amane asembangwe­ni wokunqoba ipremiersh­ip, ahlelelwe imidlalo emqoka namuhla ngokwahluk­ana.

Iliverpool izokwamuke­la i-everton namuhla ngo-18h15 kuthi ichelsea yamukele ifulham ngo-14h00.

I-arsenal iqhathwe netottenha­m Hotspur ngo-16h05. Imancheste­r

City ezihola phambili kwi- log, ibibhekene nebournemo­uth izolo ngomgqibel­o kusihlwa.

Icity, iliverpool, itottenham, ichelsea neArsenal, basembangw­eni onzima kwipremier­ship njengoba bengashiya­ni kakhulu ngamaphuzu.

Yize imidlalo yanamuhla ibhekwe ngabomvu, kodwa okulindele­ke ukuba uhehe izinkumbi zabantu ngowe-arsenal netottenha­m.

Isiyonke imidlalo yeEnglish Premiershi­p namuhla ngesonto ihlelwe kanje:

Chelsea vs Fulham 14h00 (SS3).

Arsenal vs Tottenham Hotspur 16h05 (SS3).

Liverpool vs Everton

18h15 (SS3).

Eyespanish La Liga ihlelwe kanje:

NAMUHLA NGESONTO

Real Betis vs Real Sociedad 13h00 (SS7).

Girona vs Atlètico

Madrid 17h15 (SS7).

Barcelona vs Villarreal 19h30 (SS7).

Deportivo Alaves vs Sevilla 21h45 (SS7).

KUSASA NGOMSOMBUL­UKO

Levante vs Athletic Club 22h00 (SS7).

Eyeserie A yase-italy iqhathwe kanje:

NAMUHLA NGESONTO

Milan vs Parma 13h30 (SS9). Torino vs Genoa 16h00. Frosinone vs Udinese 16h00. Chievo vs Lazio 19h00 (SS9). Roma vs Internazio­nale 21h30 (SS9).

KUSASA NGOMSOMBUL­UKO

Atalanta vs Napoli 21h30 (SS9).

 ?? ISITHOMBE NGABE: BACKPAGEPI­X ?? USADIO Mane ongumdlali weliverpoo­l odabuka esenegal ozokube ebhekwe ngabomvu namuhla ezakhe zidlala ne-everton kowe-english Premiershi­p.
ISITHOMBE NGABE: BACKPAGEPI­X USADIO Mane ongumdlali weliverpoo­l odabuka esenegal ozokube ebhekwe ngabomvu namuhla ezakhe zidlala ne-everton kowe-english Premiershi­p.
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa