ISIDINGO

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

U-ULINCOLN uphoxekile futhi udinelwe ukgothalo. Ulalage uziphindiselela kuwendy phambi kwamakhasimende. U-obakeng nocebisa bacebisana ngokwenza imali. Umsebenzi kasechaba usengcupheni njengoba esuka ekubizweni ngeqhawe eseba ngumdayisi ngobusuku obubodwa. Ulalage uzimisele ngokuqeda inkinga ebhekene nekhaya lakhe. Usibiya akasethathi isiyalo esiqotho kodwa ukhetha ukwenza okubi. Usechaba nokgothalo bampintshele ugabriel. Ulalage ubhekene nenye inkinga emshadweni wakhe. Uveronica ubuya esikhungweni sokuyeka izidakamizwa, ngosizo lukalungi kukhona okumlindele. Usechaba uthola izindaba ezingezinhle. Ulalage umpintshela uhendrik ekhoneni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.