ISIBAYA

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

U-JUDAS ulungiselela icebo lakhe le-operation Khuculula. Ukukhulelwa kukalillian kumenza abe nokungazethembi. Kubukeka sengathi udubula uqhatha ungwebedla nabakwandlovu. U-iris ufuna ukwazi ukuthi ujabu umbuka ngayiphi indlela. Abakwandlovu no-iris bazama ukumtholela isikhundla kwi-operation Khuculula. Isenzo sikasaddam sokuzama ukwehlisa amaphaphu kulillian senza isimo siphume esandleni. Ucebisile umema amakhosikazi kampiyakhe ukuba eze egoli ukuze bachithe isikhathi ndawonye ngaphambi komshado. Umkabayi uphatheke kabi ukuthi akazange amenywe ephathini kasibongile.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.