SCANDAL

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

U-YVONNE uthola abengakulindele kwisivakashi. Owesifazane unenkinga yokuphuma ogibeni lobudlelwano obuyingozi kuye. Imiphumela kamatikuletsheni yabafundi ababili isiphumile. Umthunzi ubuza uyvonne ngokuba manqika nokuqhubeka necebo labo. Ngenxa yenjabulo ustokkies ucishe uveza imfihlo kundumiso. Ukgosi uqamba amanga kumngani wakhe. Uboniswa ubamba izithandani embhedeni. Ugloria uthola iqiniso elimenza aze akhiphe amagama abuhlungu. Uxolile uthola iqiniso ngoboniswa.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.