MUVHANGO

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

AMAPHOYISA awakawutholi umkhondo ngokufa okwenzeke ebukhosini. Uthobile udelela imiyalelo kamoliehi. U-imani uyashaqeka mayethola ukuthi ulethu uyehluleka wukubhekana nokulahlekelwa kwakhe. Ugizara nomulalo kumele bayophoswa imibuzo. Ugugu nomoliehi bayalwa. UKK utshela u-imani ukuthi makabe nesineke kulethu. Abaphansi bavezela umpho ukuthi ngubani umbulali. Isigebengu esithunywe umoliehi sibeka ummese emqaleni kagugu. Urashaka wazisa umndeni wakhe ukuthi uyahamba. Umpho uqondana ngqo nombulali ogcina esemthumba.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.