UZALO

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

UPASTOR Mdletshe ushumayela ebandleni elingenamuntu. Ngokunganaki usbu udakiswa ufikile. Umphemba uthola imininingwane ezoshintsha indlela abuka ngayo umxolisi. Uthobile wenza isinqumo esizoshintsha impilo yakhe nokuyinto eyephula inhliziyo kamastermind. Usbu ukhathazekile ngesikhathi ehluleka wukuthola ufikile. Unonka uzimisele ngokuwina umncintiswano wokufequza. Usebuyile ufikile kanti unecebo ngojackson kodwa kumele balove emsebenzini. Unonka uthola isikhala somsebenzi. Ufikile nosbu bazithola besenhlanhleni. Umangcobo kumele abhekane neqiniso elinzima. Isikhathi siyabaphelela osbu nodk njengoba behluleka wukuvula ikamelo elikhiyiwe. Imuva likamastermind libuya kuye ngendlela ebuhlungu.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.