ISIBAYA

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

NGOSIZO lwabakwandlovu, udabula uhlasela abakwazungu. Ukaone wenza iphutha elingase liveze imfihlo. Untwenhle uba nengxoxo nodabula. Umpiyakhe nabakwazungu bayashaqeka uma bezwa ngezinhlelo zikadabula. Ushadrack nosibongile sebeqala ukubona ukuthi ujudas uyabadlala. Ungwebedla uzama ngayo yonke indlela ukuba abuyele ebhizinisini elithinta inxanxathela yezitolo.

Udabula ususa umsindo ngamabomu. Yize umpiyakhe ezama ukwenza izinto ngendlela eyehlukile, kodwa udabula akazimisele ngokusuka ezinhlelweni zakhe. U-iris ugonyuluka ngokumkhathazayo. Uphumelele ukholwa wukuthi usiphokazi kumele aphumele obala kanti ungwebedla usefinyelele ekugcineni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.