SKEEM SAAM

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

NGOKUNGANAKI ulehasa uveza icebo lakhe elicasula ulelo. Uthishanhloko uphusha u-alfred ngendlela efikisela amahloni. Ujohn ufuna kube noxolo kodwa abalaleli kabahambisni nalokho. UMR Desando uza nesicelo ku-alfred esicika uthishanhloko. Ucandice uqamba amanga kukat odabeni olumayelana necapsy’s. Kunzima ukuqonda ukuthi uzizwa kanjani ut-bose njengoba isitha sakhe sizocela uxolo. Ukushelela kolimi kulehasa kucika ulelo. Utbose uthatha isinqumo soxolo nesishiya umndeni uziqhenya.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.