EZAMAFILIMU:

Ilanga langeSonto - - Izindaba - ZOWAKHA MBATHA

emoyeni kodwa ancike ezimpi-lweni zabathile wukuthi okwenzeka kuwo kujwayele ukukholakala, hhayi insambatheka nje ebizwa nge-fiction ngesingisi. Nayo le movie ilandeleka kalula nakuba kwenzeka okubuye kungakholakali okwakwenziwa yilo madala emini bebade. Ingene ngolwesihlanu e-cinema.

NGEZANSI wuhlu lokuqala lwalo nyaka lwamafilimu ayishumi ahambe phambili ngokubukwa ngempelasonto edlule yomhlaka-4-6 kujanuary.

I-AQUAMAN ibizihola phambilini ngokufaka imali njengoba ifake R37 361 266 ngokusho kwabakwaster Kinekor Entertainment abasithumelela lolu lwazi: 1. AQUAMAN

2. BUMBLEBEE

3. BOHEMIAN RHAPSODY 4. MARY POPPINS RETURNS 5. ROBIN HOOD

6. THE GRINCH

7. RALPH BREAKS THE INTERNET

8. INSTANT FAMILY 9. SPIDER-MAN: INTO THE SPIDER-VERSE

10. SECOND ACT

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.