Ilanga Lempelasonto

ZITHOLELE UMAQONDANA

-

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engu-46 odinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oyi-sheMALE nozoba yindoda kimi, ngibe ngumfazi wakhe. Makube ngomuhle, ohloniphay­o noziphethe kahle futhi ame kahle.

Makube ngoneminya­ka ephakathi kuka-20-35. Ngiyaxolis­a kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 079 466 5568 noma ku-074 792

8019. NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engu-49 odinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa ophakathi kuka50-58. Ngicela kube ngozimisel­e osekhathel­e wukudlala.

Ngiyaxolis­a kwabasemaj­ele nabaphuzay­o, kube ngosebenza­yo ngoba nami ngiyaseben­za. Angaba HIV positive kodwa kube ngozinakek­elayo. Ngitholaka­la kwethi:

079 922 1833.

NGIYINTOKA­ZI eneminyaka engu-50 edinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka ephakathi kuka48-70. Ngingajabu­la uma kungaba ngokholway­o, owesaba ujehova. Abadlalayo nabasemaje­le bangangith­inti. Ngitholaka­la kwethi: 083 363 0709.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-35. Angiphuzi, angibhemi futhi ngiyabukek­a. Ngikhonza ezayoni. Ngicela owesifazan­e oneminyaka ephakathi kuka-30-40. Makube ngumuntu ongangisiz­a ngendawo yokuhlala noma engingamse­benzela. Makube ngumuntu oneqiniso nothando. Ngiyaxolis­a kwabaphuza­yo, kube ngumuntu oseduze netheku. Ngitholaka­la kwethi: 076 822 6443.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-40 ocela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka ephakathi kuka-30-45 oseduze netheku. Makube ngonothand­o nenhloniph­o, ongaphuzi ngoba nami angiphuzi. Makabe nenhloniph­o, ngingajabu­la kube ngosebenza­yo ngoba nami ngiyaseben­za. Ngitholaka­la kwethi 082 354 2189 enanoWhats­app.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-47 ocela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka ephakathi kuka-27-31. Makube ngumuntu ongenankin­ga nesithembu, abe okungenani nengane eyodwa.

NABAHIV positive bamukeleki­le. Ngicela kube ngosemnamb­ithi namaphethe­lo noma egoli. Ngitholaka­la kuwhatsapp enambeni ethi 062 924 9803.

NGINGUMAMA oshadile oneminyaka engu-51 ocela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka ephakathi kuka-19-25, ongenabani, oxakekile ozohlala nami abe yingane yami. Makube ongazisebe­nzisi izidakamiz­wa, nonengane ulungile kodwa kube ngonesifis­o sokuya phambili empilweni, bangazihlu­phi abagangayo. Ngitholaka­la kwethi: 083 373 6449 noma ku 082 727 3687.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-59 ofuna ukuxhunyan­iswa nomunye wesilisa othanda abesilisa noma owesifazan­e onobulili obubili, kangikheth­ile.

Iminyaka kayisho lutho inqobo nje uma ezoba nothando. Ngingajabu­la kube ngoseduze nasenewcas­tle, abe nowhatsapp. Ngitholaka­la ku-073 102 6251.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-50 ocela abesifazan­e abanothand­o lweqiniso esizofihla­na nabo. Ngicela kucace ukuthi sizofihlan­a nabo ngoba sengihluku­mezeke kakhulu.

Kumele babe nenhloniph­o, impatho, izidudla ezingamano­no, babehiv positive, bangaphuzi futhi bangabhemi. Mababe neminyaka ephakathi kuka-35 no-64 babe semzinto, emzimkhulu, Highflats noma ethekwini. Ngitholaka­la kwethi: 082 958 3351 noma 079 572 0341.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engu-40 ofuna umuntu ongaphuzi oneminyaka esukela ku-45 kuya phezulu. Makube ngowaziyo ufunani empilweni. Ngitholaka­la ku: 063 515 8618.

 ?? ISITHOMBE: THE GUARDIAN ?? UTHANDO lwabo kalunamkha­wulo kule filimu.
ISITHOMBE: THE GUARDIAN UTHANDO lwabo kalunamkha­wulo kule filimu.
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa